
Ukupholiswa Abazinhliziyo Ezophukileyo
Ku Krest ungazithembz, ugqwale injabulo, nokuba ngumqobi, ukuthi uthembeke, ube ngumngani kaNkulunkulu, noku funa ubuso buka Nkulunkulu.
Zivumele ngokwakho okushiwo nguNkulunkulu emazwini akhe ngawe. Uma wenza njalo, uNkulunkulu uzoqala ukusebenza empilweni yakho. Uzokuguqula enhlizweni ephukileyo, no kulimala, Nalapho ubusaba ukuba ngumngane othembekile wakhe, lowo wamthandayo.
Yebo, uNkulunkulu uyakuguqula. Uguqula izenzo zakho. Uguqula impilo yakho. uNkulunkulu uyakuthanda. Ungumuntu okhethekileyo. Isitha asifuni ukuthi uzwe ukuthi uthandwa nguNkulunkulu. Kodwa uNkulunkulu uyakuthanda.

Ithemba Ezikhathini Ezinzima
Uma sibhekene nesimo esinzima ngokweqile, kulula ukuba silingeke ekutheni sizibone sihluleka bese siyayeka. Kodwa into eyodwa enkulu ukuba sibeke ithemba lethu kuNkulunkulu futhi sihlale ethembeni.
Isinqumo Esibalulekile Kakhulu Okudingeka Ukuthi Usenze (555 KB)
Ngithanda ukukhuluma nawe ngesinqumo esibaluleke kakhulu...
Yini, Nkulunkulu, Yini? (901 KB)
Ingabe wena udidekile na? Kukhona okuthize okwenzekayo empilweni yakho okwamanje ongaku tholisisi kahle?