BATSHELE NGIYABATHANDA (600 KB)

UNkulunkulu ufuna umndeni, kungakho uNkulunkulu wasenza abantwana bakhe. Akafuni ukuba senze njengezingane, kodwa ufuna ukuba senze njengabantwana bakhe. Ufuna sithembele kuye, sinqike kuye, sihlale kuye, simthande futhi simvumele ukuba asithande. Ufuna thina simethembe futhi siye kuye uma sinezidingo. Ufuna ukuba nobudlelwano nawe uqobo. Abaningi bethu sithatha NgokukaJohane 3:16 abe kude nathi. “Yebo, ngiyazi ukuthi uJesu wafela umhlaba,” kodwa thina asisilo iqembu labantu elafelwa uJesu. Wafela yilowo nalowo kithi. Wafela wena!

Thwebula Ngensiza Yekhompyutha
BATSHELE NGIYABATHANDA
Facebook icon Twitter icon Instagram icon Pinterest icon Google+ icon YouTube icon LinkedIn icon Contact icon