Ithemba Ezikhathini Ezinzima

Ungabe usesimeni esinzima na? Noma engabe uhlangabezwe usizi olungalindelekile, noma unezinkinga emzimbeni ezingalapheki, ngisho noma uhlaselwe ukuhlupheka lapho ungazi uzodlani namuhla, kodwa uNkulunkulu akafuni sidlule kulezinzima sodwa. Esikhundleni salokho, esingakwenza ukubeka ithemba kuYe, ukwazi ukuthi unathi ngaso sonke iskhathi kuzosisiza sihlale sinethemba.

Noma engabe iyini obhekane nayo lelibhuku lizokusiza ulindele okuphakeme, unyuse amathemba akho futhi ungayeki ukukholelwa kuNkulunkulu. Phela uYe kuphela “iThemba lethu” (bona incwadi yamaRoma 15:13), futhi uYe kuphela ongashintsha isimo obhekane naso asenze sibesihle.

Thwebula Ngensiza Yekhompyutha
Facebook icon Twitter icon Instagram icon Pinterest icon Google+ icon YouTube icon LinkedIn icon Contact icon